They call me Akalicious
Bathi ngiy' legend
But today
You will know nami angikho perfect
Bathi ngiy' genius
And a lyrical expert
Kodwa konke lokho
Kungashabalala nge second
They call me Akalicious
Bathi ngiy' legend
But today
You will know nami angikho perfect
Bathi ngiy' genius
And a lyrical expert
Kodwa konke lokho
Kungashabalala nge second
Ngithe ngihleli ngedwa endlini ngijulile emnyango ibheda i-weather
Ngafikelwa imcabango wangihlasela nomzwangedwa
Ngezwa amazwi angingawazi aqhamukaphi e-debate(a)
Ekhuluma ngami amanye engigxeka kodwa amanye e-relate(a)
Lasho elinye ukuthi
"Akekho o-tight njengawe kule-Nature"
Laphendula elinye lathi
"Ungezwa ngaloyo uzokwenz' i-Faker"
Lathi elinye "Wi-King"
Lathi elinye "Not on this jungle
'Cause every rapper is a King
But a King on his castle"
The bottom line is
Sometimes uyenza uzibone u-better
Kodwa uthi masuwedwa kwiy'ma uzibon' ukuthi ububheda
Angeke ngigxeke muntu but ngizokwenz' isbonelo ngami
'Cause I call it keep it real ukubeka obala amaphuth' ami
Wonk' umuntu uzitshel' ukuthi kukhon' i-beef enginayo no Skuva
Kanti uSkuva ibhande lami and lokho ngahluleka ukuk' Prove(a)
And that's why lingakwazanga ukungena i-verse lami ku-WHAT ABOUT
Ubefuna ukungifaka imali ephaketheni angitakule underground
Imina engathatha ngokulamba ngakhohlw' indlala ibang' ulaka
Kwagcina kukhulumeka kabi amagama angiluzisa ngesaka
Angisangenanga Kwi Ncwadi Ye Zono Seng' Feel(a) Njengesoni
Ngazigwaza ngowami ukungazi kufana nokungaboni
So tuuu!
Lama-comment agcwele kwi-social network
Anjengengozi ecishe yenzeka so call them airbag
Angisoze ngakhuluma okubi ngo Skuva ngoba sisuka Wayback
Kade ngagudla nge-vernac so ungangithathi nge-Mayback
Si-real thina abanye ba-fake we not the same
So your fake accounting is tuuuuu! up the game
So Skuva keep it real
Ungazinaki lezinja
Ngoba namhlanje bazoba abangani bethu kusasa bab' izitha
They call me Akalicious
Bathi ngiy' legend
But today
You will know nami angikho perfect
Bathi ngiy' genius
And a lyrical expert
Kodwa konke lokho
Kungashabalala nge second
They call me Akalicious
Bathi ngiy' legend
But today
You will know nami angikho perfect
Bathi ngiy' genius
And a lyrical expert
Kodwa konke lokho
Kungashabalala nge second