Ngithi yini ukuhlupheka
Oh sisebancane kangaka
Ngithi yini ukuhlupheka
Oh sisebancane kangaka
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Wayefuy'izinkom'ubaba
Wayefuy'izimbuzi
Zadliwa ngumalume sisebancane
Wayefuy'izinkom'ubaba
Wayefuy'izimbuzi
Zadliwa ngumalume sisebancane
Wayefuy'izinkom'ubaba
Wayefuy'izimbuzi
Zadliwa ngumalume sisebancane
Namhlanj'akasasaz'umalume
Akasakwazi nokusilobolela
Namhlanj'akasasaz'umalume
Akasakwazi nokusilobolela
Namhlanj'akasasaz'umalume
Akasakwazi nokusilobolela
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi
Ubaba washona kudala
Akazang'ahlupheke njengathi