Uz' ungixolele
Xolela amaphutha wami
Uz'ungixolele
Ngicela intethelelo
Uz' ungixolele
Xolela amaphutha wami
Uz'ungixolele
Ngicela intethelelo
Ngizenzile izinto kulomhlaba wakho Baba ngicela uxolo
Baba ngicel' uxolo
Uzenzile akakhalelwa kodwa mina lena ndaba ingihlukumeza umoya
Ingihlukumez' umoya, Ingihlukumez' umoya
Ngathwala umthwalo wami uthwele umthwalo uyangisinda
Nganyuka ezintabeni ngicela uncedo Baba ngiyasindwa
Nawu umthandazo wami ngiguqa ngedolo
Ngethule umthwalo Baba uyangisinda
Ngabe wuwo lomthwalo oletha losizi
Baba ngiyalila
Ngicel' intethelelo
Amaphutha ngiyawayenza kulehlabathi ngiyawandlula
Uma ngilahleka endleleni uphinde ubuye uzongiphutha
Siphila ezweni losizi lapho kunzima ukuba nelizwi
Ngiyisithunywa ngingunolizwi khaningisizeni
Siphila ezweni losizi lapho kunzima ukuba nelizwi
Hhawo Woyeni Yeni Yeni
Uz' ungixolele
Thethelela Baba xolela
Uz' ungixolele
Baba ngixolele
Uz' ungixolele
Thethelela Baba xolela
Uz' ungixolele
Baba ngixolele
Uz' ungixolele
Xolela amaphutha wami
Uz' ungixolele
Baba ngixolele
Uz' ungixolele
Xolela amaphutha wami
Uz' ungixolele
Baba ngixolele