Ngithe ngiyaqalaza
Ngabon'imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza
Ngabon'imihla yonke
Ngithe ngiyaqalaza (Ngiyaqalaza)
Ngabon'uthando lwakhe (Uthando)
Yilon'elungifanele (Imihla yonke)
Imihla ngithe ngiyaqalaza (Ngiyaqalaza)
Ngabon'uthando lwakhe (Uthando)
Yilon'elungifanele (Imihla yonke)
Imihla ngithe ngiyaqalaza (Ngiyaqalaza)
Ngabon'uthando lwakhe (Uthando)
Yilon'elungifanele (Imihla yonke)
Ngiyayibonga leNkosi yami
Ngoba yangifela esiphambanweni
Ngiyayibonga leNkosi yami
Ngoba yangifela (Ngiyayibonga)
Esiphambanweni (Ngiyayibonga)
Ngiyayibonga leNkosi yami
Ngoba yangifela esiphambanweni
Sish'iNgonyama kaJudah bo (uJesu lo)
Sish'iNsimb'edl'ezinye bo (uJesu lo)
Owanqob'usathane
Owangikhiph'ezonweni
Ngiyamthand'owangifelayo
INsimb'edl'ezinye
Sish'iNgonyama kaJudah bo (uJesu lo)
Sish'iNsimb'edl'ezinye (uJesu lo)
Sish'iNgonyama kaJudah bo (uJesu lo)
Sish'iNsimb'edl'ezinye (Yahweh, Yahweh)
Sish'iNgonyama kaJudah bo (uJesu lo)
Sish'iNsimb'edl'ezinye bo (uJesu lo)
Owanqob'usathane
Wayinqoba (Owangikhiph'ezonweni)
Ngiyamthand'owangifelayo
INsimb'edl'ezinye
Bayede (Iyelele, yelele ma)
Ngonyama kaJudah
Sith'uphakeme, sileth'udumo Kuwe (Awu yelele)
Bayede (Bayede iyelele weh ma)
Ngonyama kaJudah
Sith'uphakeme, sileth'udumo Kuwe (Awu yelele)
Dumisa, Bayede
Ngonyama yezulu
Wena uMvelinqangi
Dumisa bo (Dumisa, Bayede)
Dumisa bo (Ngonyama yeZulu)
Wena uMvelinqangi
Bayede oh bayede (Ayi bayede)
Bayede oh bayede (Awu ngonyama kaJuda)
Bayede oh bayede (Thixo Somandla)
Bayede
Bayede (Bayede)
Bayede (Bayede)
Bayede (Bayede oh bayede)
Hayi Bayede (Bayede oh bayede)
Hayi Bayede, bayede (Bayede oh bayede)
Bayede (Bayede oh bayede)
Oh Bayede (Bayede oh bayede)
Bayede (Bayede oh bayede)
Bayede oh bayede