Ngizokthanda
Noma bonke bengakthandi
Ngizokshada
Noma bethi ikhanda alithathi
Abazi
Uyenzani inhliziyo yami
Ngizoknaka
Noma bethi angnamali
Ngizoyphanta
Noma bethi anginakari
Abazi
Uyenzani inhliziyo yami
Ukuthi Ngyakthanda
Iyo lent edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi
Ukuth ungowami
Iyo lento edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi
Baby
Awuyekel abantu bathethe
Wena themba mina
Ngoba ngiyazi
Uyenzani inhliziyo yami
Ngathanda wena kubo bonke
Enhlizwen yam uyikho konke
Abazi
Uyenzani inhliziyo yami
Ukuthi Ngyakthanda
Iyo lent edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi
Ukuth ungowami
Iyo lento edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi
Ukuthi Ngyakthanda
Iyo lent edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi
Ukuth ungowami
Iyo lento edina abaningi
Bayafisa nabo kodwa akulungi
That's why benomona
Ngathi