Back to Top

Mnqobi Yazo - Ngakithi Lyrics

Mnqobi Yazo - Ngakithi Lyrics

NGAKITHI

Verse

Sanibona bantu bakithi kudala ngithule nendaba
Engihlupha ubusukubonke mangicabanga ngobaba
Noma nami sengathula kwadlula iminyaka
Kodwa ngyathemba ukuthi ngeke naluthanda lodaba

Impela mina ngihlale ngile nginikhumbulenoma ngikhumbula ukuza ngakithi kodwa ngyesaba weeeh
Kwakuncono impela mina ngingakokwaziiqinoso lokufa kukababa ngingakolazi

Shuthi ngyolala emaweni
Nengane zami shuthi ziyokhulela ezintabeni nje
Shuthi ngyogcwala ezigangeni
Ngoba ngempela ngeke ngiyekithi mina

Chorus

Ngeke ngiye ngakithi
Ngeke ngiye ngakithi
Ngeke ngiye ngakithi
Ngeke ngiye ngakithi kwabulawa ubaba yizolezinto zemithi

Baba ngyathemba uyabona ngizele
Ngizele ibhungu elihle uQhawe baba uze usikhanyisele
Ngoba noma ngizama Baba vele
Kuphelele ezandleni we Mbuyazi kodwa vele

Ngyaluzonda lolulaka olukimi
Ngiyilukhipha kanjani lolulaka olukimi
Ngyazikhumbula lezontaba zakithingyozibona kanjani lezontaba zakithi

Ngikhuluma nawe baba umhlaba ungijikele
Zibhamu amavolovolo abheke ngakimi nje
Ngikhuluma nawe manje ngilala ezigangeni
Nengane zami nazo ziyokhulela ezigangeni nje

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Writer: Lindokuhe Mnqobi Msimango
Copyright: Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC

Back to: Mnqobi Yazo

Mnqobi Yazo - Ngakithi Video
(Show video at the top of the page)

Performed By: Mnqobi Yazo
Length: 3:38
Written by: Lindokuhe Mnqobi Msimango

Tags:
No tags yet