Back to Top

Senzangakhona Video (MV)

Performed By: Nimbus
Length: 4:16
Written by: KATLEGO MAWELA, MLUNGISI SITHOLE

Nimbus - Senzangakhona Lyrics

Kunye kubili kuthathu,
Mina ng'zoninika isizathu, sok'gxuma engathi nidlala ingqathu
Sokwenza kuncolo ney'bhathu
Ningangiqhathanisi nabanye abantu
NgiwuNimbus, ngiphezukwamafu (Phezukwawo!)
Nethezeka ugcwale ubhavu, ungibuke ngifake amanqaku
Ng'ya phumelela kulonyaka, ngizon'khanyisela njenge nyanga
Ebusuku makushon' ilanga, ng'vukaw' umoya, kwehl' inyama
Uvukaw' umona? Akusona isimanga
Ung'bona ngidla 'sufuna ukuphanga
Zohlula mina? Yekela ukuganga
K'khuluma mina k'phel' uk'phapha
Sengiyabona ukuthi injani impilo
Uphehla uzwathi kuze kuqhantsh' umlilo
Khona uzozw' ukuthi usebenzile
Umentshisi uyavilaphisa
Impilo yami iyiphilisi, iphilisi lin'philisile
Iqiniso lin'qinisile, n'bang' imali manje nibanga umsindo
Ukhamsile kodwa izingane zilala zingadlile
Ushaya nomfazi kanti ikhanda lakhe alisile
Lom'jita akak'zwile, ubobaleka engaze ekugile
Owami angeke ngim'hlukumeze
Ngiyam'thanda ngoba uyangifudumeza

Ngiwu-Killmonger! Yey
Imina inkosi yakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Ngiwu-Killmonger! Yey
Ng'yolanda is'khundla sakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona

Kwasukela njenge nganekwane, ngiguqa ngibonge kuMvelinqangi
S'bona kahle masek'velilanga, amaphupho ami angibonisani
Sonke les'khathi engis'chithayo, ngilalele izingoma ezing'lalisayo
Bazoba khona abanginyanyisayo. Makumnyama imina engikhanyisayo
Ngenzela laba abakhulayo, kube imina abangilandelayo
Hhayi lempilo eniyiphilayo, is'bongo sakini os'ncolisayo
Ng'phica-phica indoda ephinda-phinda amaphutha amaningi wenza umshika-shika
Uyajika-jika, musa uk'phika, vika. Mabengene phakathi bazoyi banga inkinga
Bhek' uyaciciza buk' is'khathi uyas'chitha, uyaphambanisa, uBhambatha uzokucinza
Nkikiya nang' umuntu engicika, üyaphazamisa masek'fika mina
Yey

Imina inkosi yakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Ngiwu-Killmonger! Yey
Ng'yolanda is'khundla sakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona

Ngelinye ilanga kwakuduma izulu, ngabona lomuntu wes'lisa
Ngimubingelele ngesiZulu, wang'phendula ngesiNgisi
Ngi' bhubesi yena uyimpisi, njengoba ehlezi eng'lwisa
Mhlophe ngaphandle okungaphakathi üsazongitshengisa
Muhammad Ali, ng'shaya ngequpha nqindi e! uwe gidi
Ngiyisbindigidi amalandi aza ngezi gidi
Nsizwa yom'Zulu ngingumgidi
Kuwe ngithi
Ungafiki utshontshe izinto ezakithi
Webakithi unjenge nkwethu kulempithi
Ang'sabi lutho mina ngiwuMadlingozi (Yey'!)
Intombi mangiyithanda ngiyenza umakoti (Yey'!)
S'khumba sithambile ngathi ipitikoti (Yey'!)
Uyindlovukazi ngoba imina inkosi! (Yey'!)
Ng'yak'thanda woza sakh' i-Wakanda
Mas'dlula k'phenduka amakhanda, ok'phukile thina s'yak'khanda
S'namandla, woza ngikubambe ngesandla s'ngadlula ngisho nase Nkandla
S'shaye undingiliza njengesphandla

Ngiwu-Killmonger! Yey
Imina inkosi yakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Ngiwu-Killmonger! Yey
Ng'yolanda is'khundla sakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Senzanjena mase senzangakhona
Yey
[ Correct these Lyrics ]

[ Correct these Lyrics ]

We currently do not have these lyrics. If you would like to submit them, please use the form below.

Writer: KATLEGO MAWELA, MLUNGISI SITHOLE
Copyright: Lyrics © O/B/O DistroKid, Downtown Music Publishing

Back to: Nimbus

Tags:
No tags yet