Kudala ngizisondeza kuwe
Kudala ngizam' ukuk' bonisa
Ngendlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Kudala ngizisondeza kuwe
Kudala ngizam' ukuk' bonisa
Indlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ma ubuk' emehlwen' ami kugcwel' uthando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ma ubuk' emehlwen' ami kugcwel' uthando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Nhliziyo yami
Ngiybek' ezandleni zakho
Ngifisa ukuk'thanda kunaphakade
Oh dali sibamathe nolimi
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Nguwe ingqondweni yami
Angikwazi nokucabanga
Mihla yoke uhlal' usenhlizweni
Indlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ma ubuk' emehlwen' ami kugcwel' uthando
Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo (Ngawe)
Ngawe dali
(Ng'cela wazi) N'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ma ubuk' emehlwen' ami kugcwel' uthando
(Nhliziyo) Nhliziyo ayikwazi nokuzibamba
Indlel' engizizwa ngayo
Ngawe dali
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ngiyakthanda babay ngiyakthanda lovie
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda
Ng'cela wazi ukuthi yho ngiyak'thanda